Isoka lakwazulu umuthi
Isoka lakazulu umuthi wamasoka lona uyasenza isiqgabo sothando uthakwe neminye
imithi ogeza ngayo ihlangene, ubize umuntu ngegama bese uqonqgo kuyena.
Isoka lakwazulu umuthi uyangena emithini yokuthandeka. Uyangena emithini yesikhundla emsebenzini nasemphakathini,
iyangena emthini yokuhlonipheka.
Isoka lakwazulu umuthi
ukuphupha umuthi isoka lwakwazulu
Amaphupho ngomuntu oyisoka lakwazulu ngabe kuchazani?
ukuphupha amagxolo omuthi isoka lwakwazulu or usebenzisa umuthi isokwa lwakwazulu ngabe kuchazani?
umuthi wamasoka wokuthandeka nogazi
umuthi wokushela lona kulabo abasashela, umuthi oyisihlanzi,
umuthi wogazi lona. umuthi wenhlanhla lona, Umuthi wokuthandwa izintombi or
uma uyintokazi umuntu wokuthandwa amadoda lona. ucacisa izinto, uletha inhlanhla , ukwenza uthandeke abantu bakukhonze futhi.
Awunabungozi. ake sithake amakhambi sikwenze uthandeke kakhulu abantu bonke.
Qguma or futha ngalomuthi, phalaza ngalomuthi, geza ngalomuthi.
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |